Wena Wawungenzenjani 2 Wena Wawungenzenjani 2

Wena Wawungenzenjani 2

    • 6,99 €
    • 6,99 €

Publisher Description

Lena yincwadi yesibili ngaphansi kwesihloko esithi: Wena Wawungenzenjani. Umbhali wale ncwadi uyaqhubeka ubuza umbuzo othi awufane nalo ebewudikadika encwadini yokuqala. Kule ncwadi yesibili abashadikazi okungubaba nomama uMhlongo babhekene nenselelo yokuthi bazokwenzenjani njengoba sigcine encwadini yokuqala izinto zimapeketwane. Ngabe bazolungisa izinto emshadweni wabo...Babuyisane njengamakholwa phela. Kumbe sebefike ekupheleni komshado wabo? Uma ngabe behlukanisa lithini iBhayibheli maqondana nesehlukaniso njengoba bewuBaba noMamaweBandla? Uma bebuyelana bazobe bedlule kanjani ezinkingeni ezibaxabanisile baze bazithola sebekulesi simo abakuso? Lba ababili sikhona isinqumo abasithathayo maqondana nomshado wabo okulesi simo! Funda uthole zonke izimpendulo kule ncwadi yesibili.

GENRE
Fiction & Literature
RELEASED
2019
9 September
LANGUAGE
ZU
Zulu
LENGTH
95
Pages
PUBLISHER
J.T. Mdletshe
SIZE
2
MB